NgoSuku Lomhlaba Wonke Lokugeza Izandla, iBeaufort West Museum yagubha usuku ngabafundi namalungu omphakathi, bonke ababeze ukuzogeza izandla zabo.

IMenenja kaMasipala eBambile uFrans Sabbat wabamba iqhaza kulo mkhankaso, futhi abasebenzi bemyuziyamu babeziqhenya kakhulu ngokuba naye kulo mcimbi.